

Lowfeye Buya Lyrics:
Mawngekho eduze kwami kuyabanda (Kuyabanda)
Ngisayosebenza ngizobuya ksasa (ngizobuya ksasa)
Engik’hlelele thina kukhulu angkhoni nok’lala (angkhoni nok’lala ma)
Bengcela ungbekezelele mangiyo phanda (mangiyo phanda mama)
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Ngsayo sayoba
Ngsayoba bona kwamlungu
Ngsayo ngsayozama impilo iyoze ibelula
Angsena stress no nondaba
As long as ngi spaan angsendaba
Sebeyongkhuluma ngiyzamela
Isthabathaba nam ngzokwakhela
UDali ushaywa ipressure yontanga
Mama khohlwa onondoba ma
(Mangingekho kubamakhaza)
Themba mina ngizokphatha soft
(Into ya grootman)
Ngikphathise okwe qanda ma
Mama khohlwa onondoba ma
(Mangingekho kubamakhaza)
Themba mina ngizokphatha soft
(Into ya grootman)
Mawngekho eduze kwami kuyabanda (Kuyabanda)
Ngisayosebenza ngizobuya ksasa (ngizobuya ksasa)
Engik’hlelele thina kukhulu angkhoni nok’lala (angkhoni nok’lala ma)
Bengcela ungbekezelele mangiyo phanda (mangiyo phanda mama)
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Njalo mawungekho eduze kwami kuyabanda
Njalo ngibheka ithuba kmele ngivuke ngikhande imali
Njalo angabazi ngibona ithuba lokushintshi inani
Dali ungangiphoxi kmele njalo ngibong’ umdali
Lokh’ hlezi ngibuza kuthi thina sishoda ngani
Dali ungakhohlwa inhliziyo yakho ingeyami
Ngizolokhe ngicheck ifone angith uwuNumber 10 owami
Ngiyazi uyangfeela ungakhohliswa abangani
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Dali ngizobuya ngphethe imali
Uzungakhathazeki ngami
Listen & Download “Buya” by Lowfeye Ft. Fanaticalb3ing Mp3 with Lyrics Below.
CLICK HERE TO COMMENT
Leave a Reply